Assignment 21 Semester 2 2024
Unique #:
Due Date: 2024
Detailed solutions, explanations, workings
and references.
+27 81 278 3372
AFL2601 Assignment 21 (DETAILED ANSWERS) Semester 2 2024 - DISTINCTION GUARANTEED - DISTINCTION GUARANTEED - DISTINCTION GUARANTEED Answers, guidelines, workings and references .... UMBUZO 1: Isingeniso ngenhlalomlando yezilimi zase-Afrikha 1.1 Gagula izilimi zaseNingizimu Afrikha ezisemthethweni eziyisi-9, bese uhlaziya ukuthi kungani zibizwa “ngezilimi zomndeni”. (13) 1.2 Ngabe ulimi lwesiBhunu lungolunye lwezilimi zomdabu zaseNingizimu Afrikha? Nikeza izizathu zempendulo yakho. (2) 1.3 Khombisa indawo yolimi olusetshenziswa esifundazweni ohlala kuyo, uchaze nokuthi lwakhethwa kanjani ukuthi lube ulimi lwesifunda. (5) /20/ UMBUZO 2: Ukuchaza ngesakhiwo sezilimi zase-Afrikha 2.1 Amabizo abolekiwe ukuze abe nokuvumelana nezakhi eziwaxhumanisa nezinye izingxenye zomusho, kufanele ahlelwe ngokwezigaba zamabizo. Nikeza incazelo ngokubaluleka kwesitatimende esingenhla usebenzise nezibonelo zolimi lwesiZulu. (4) 2.2 Chaza ukuthi kungani amabizo esigaba se-14 nese-15 ethathwa njengamabizo akhiqiza amanye amabizo. Sebenzisa izibonelo zesiZulu ukwesekela impendulo yakho. (4) 2.3 Isenzo siyelulwa ngokufaka isijobelelo ekugcineni kanti lokhu kuyafakazeleka ezilimini zabomdabu zaseNingizimu Afrikha. Nikeza izibonelo zesijobelelo sempambosi yokwenzisa. (2) /10/ UMBUZO 3: Uhlelomagama nohlaka lolwazi 3.1 Kunezindlela eziningi zokuhlela ukuma kwamagama emshweni, ngaphandle kokuthi umusho ulahlekelwe incazelo. Nikeza izibonelo zalesi sitatimende zolimi lwesiZulu. (6) 3.2 Yiziphi izinselelo okujwayele ukuthi abhekane nazo ongeyena umkhulumi wolimi lomdabu lwase-Afrikha? (5) 3.3 Chaza lawa mathemu alandelayo: 3.3.1 Ulwazi olusha 3.3.2 Ulwazi olunikeziwe (4) /15/ 16 UMBUZO 4: Isemantiksi 4.1 Khombisa izimpawu zencazelo ezingasetshenziswa ukuveza umehluko encazelweni yamagama. Sebenzisa igama elithi “indlu” nelithi “umuzi” ukuveza lezi zimpawu zencazelo. (5) 4.2 Ngabe achazani lawa mathemu, umqondo ngobudlelwano bokuma komusho (syntagmatic) nokumelwa kwegama limelwa elinye emshweni (paradigmatic)? Ngabe ukuncishiswa kwamathuba okukhetha kunamthelela muni kulobu budlelwano? (5) 4.3 Amagama amqondofana angachazwa ngokwahluka kwawo ngokuphimiseka kwemisindo yawo kodwa incazelo ibe ifana. Chaza lo mbono ubhekise ezinhlotsheni zamagama amqondofana ayilolu hlobo unikeze nezibonelo. (10) /20/ Umbuzo 5: Ukuxhumana okunezwi nokungenazwi 5.1 Kokwake wahlangabezana nakho, chaza isimo lapho wasebenzisa ukuxhumana okungenazwi ukuze kwenzeke lokhu: 5.1.1 Ukugcizelela ukuxhumana ngezwi. (2½) 5.1.2 Ukushayisana nokuxhumana ngezwi. (2½)) 5.2 Nikeza izibonelo ezintathu zemisebenzi yokuxhumana okungenazwi bese uxoxa kabanzi ngesibonelo ngasinye. (15) /20/ Umbuzo 6: Izilimi zase-Afrikha ngokwesimo somhlaba 6.1 Xoxa ngokubaluleka kwamalungelo olimi nokuthi avikeleke athuthukiswa kanjani eNingizimu Afrikha. (10) 6.2 Kafushane xoxa ngezinkinga zolimi nezimo oke wabhekana nazo emkhakheni okuwo.
Quality you can trust: written by students who passed their tests and reviewed by others who've used these notes.
No worries! You can instantly pick a different document that better fits what you're looking for.
No subscription, no commitments. Pay the way you're used to via credit card and download your PDF document instantly.
“Bought, downloaded, and aced it. It really can be that simple.”