100% satisfaction guarantee Immediately available after payment Both online and in PDF No strings attached 4.2 TrustPilot
logo-home
Exam (elaborations)

ZUL1505 Assignment 2 (COMPLETE ANSWERS) Semester 2 2025 - DUE September 2025

Rating
-
Sold
-
Pages
8
Grade
A+
Uploaded on
02-09-2025
Written in
2025/2026

ZUL1505 Assignment 2 (COMPLETE ANSWERS) Semester 2 2025 - DUE September 2025; 100% TRUSTED Complete, trusted solutions and explanations. For assistance, Whats-App 0.6.7-1.7.1-1.7.3.9. Ensure your success with us.... UMBUZO 1 1. 1 Funda isiqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo ezolandela: Ziningi izinto abangaziphilisa ngazo abantu. Abanye baye bangene ebhizinisini lokuziphilisa ngemfuyo, okuyinto enothe kakhulu. Ukuziphilisa ngemfuyo kuhle ngoba imfuyo ikhula ngokushesha, ikakhulukazi izimbuzi noma izinkukhu. Ukudayisa ngemfuyo ezindaweni eziningi sekwaba insakavukela umchilo wesidwaba. Abathengi akusiyo into eswelekayo njengoba imfuyo kuyinto esebenza kakhulu. Obabamkhulu nabo babephila ngayo imfuyo kanye nokulima. Mhlawumbe manje isikhathi sokuthi zibuye esasisweni njengoba impilo sengathi iya ngokwenyukela nje. Abanye abantu baziphilisa ngokuvula izitolo ezidayisa ukudla okuphekiwe noma ukudla okungakaphekwa. Nawo lo mkhakha uyinto enemali kakhulu ngoba phela ukudla yinto esiyidinga nsukuzonke. Endaweni yaseMzimkhulu kukhona abantu abanezitolo zabo zokudla okuphekiwe, abafana noMaDlamini, uSithole, uNzama, njll. Abahlali bakhona noma bengaphekanga bayazi ukuthi ngeke balale bengakutholanga okuya ngasethunjini ngoba phela kukhona ukudla okudayisayo. Imibuzo Khipha lezinhlobo zamabizo ezilandelayo ezitholakala eziqeshini. Khipha amabizo amabili uhlobo ngalunye: (a) amabizoqho (b) amabizoqoqa (c) amabizombaxa (d) amabizongxube (e) amabizomuntu (10) 1. 2 Cozulula amabizo alandelayo ukhiphe iziqalo kanye neziqu zawo: a) izimbambo b) inkululeko c) uhlamvu d) umntwana e) izinja (10) 1.3 Chaza kafushane ukuthi uyini umsuka. Sekela incazelo yakho ngesibonelo esifanele. (5) /25/ Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| ZUL1505/101/3/2025 31 UMBUZO 2 1. Zakhele eyakho imisho ngalezi hlanganiso ezilandelayo. Imisho ungayithathi kumhlahlandlela (study guide) kodwa kube oziqambele yona: hleze, bese, kwazise, noma, mhlawumbe (10) 2. Cozulula umusho omagatshagatsha olandelayo ukhiphe umusho omkhulu kanye nemishwana ekhonzile. Phinda usho ukuthi imishwana ekhonzile engumusho ochazayo noma okhanyisayo: Ingane yesikole ebigqqoke umfaniswano ishayiswe yimoto esangweni izolo ekuseni. (5) /15/ UMBUZO 3 1. Nikeza amagama amqondophika nalawa: a) ibhungu b) dangala c) ifumuka d) insengwakazi e) cunuka (5) 2. Chaza ukuthi igama ‘ibala’ lingumabizwafane kanjani. Chaza kafushane wesekele nangesibonelo esifanele. (5) /10/ ISAMBA: [50x2=100] Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| 32 UKUHLOLWA NGEPHOTHIFOLIYO UMBUZO 1 1.1 Qondanisa incazelo ekukhalamu-A nempendulo ekukhalamu –B A B INCAZELO IMPENDULO a) Onkamisa bemvelo yilaba: e no o b) Uma kwenzeka ukulumbana konkamisa kufanele: kondebembili nonsinini c) Onkamisa bokuvela yilaba: w no y d) Izinguquko zefonoloji zidalwa ukuthi…… uphuma ngamakhala uma bephinyiswa. e) Osingankamisa babili esiZulwini, yilaba sesi-9 nese-10 f) Ukulwangisa ukuguquka ko…………….. no………………. baphenduke olwangeni. m no n g) Nazi izinhlobo ezinhlanu zenguquko yefonoloji zesiZulu: Kube onkamisa bemvelo futhi a abe sekuqaleni. h) Ukunkankaza kwenzeka uma kwakhiwa amabizo ethathelwa ezenzweni ngokuphongoza iziqalo zamabizo esigaba sesi ……….. nese….. Onkamisa abavumelekile ukuthi balandelane ohlamvini / elungeni. i) Omankankane babili esiZulwini, yilaba: Ukweqiwa konkamisa, ukungwaqazisa, ukulumbana konkamisa, ukunkankaza, nokulwangisa. j) Omankankane babizwa ngomankankane ngoba umoya ……………. a, i,u (10) 1.2 Gcwalisa izikhala ngegama/ ngamagama afanele: a) Isibonelo esisodwa somsindo ongundebezinyo yilesi: ………………… b) Isigaba samabizo esinesiqalo ngqo esicashile yilesi:…………………. c) Isigaba soku-1 nesesi-3 sineziqalo ezifanayo (umu-) umehluko ukuthi: ………………………………………………………………………………………………. d) Ilunga noma uhlamvu (syllable) esiZulwini lakhiwa: ……………………………………………………………………………………………… e) Izakhi eziphelele zebizo yilezi: …………………………………………………………. f) Uma kwenzeka inguquko ukungwaqazisa unkamisa u no o baphendula u ………… g) Omunye msebenzi owenziwa isabizwana emshweni uku…………………………… Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| ZUL1505/101/3/2025 33 h) Izivumelwano zenhloko nezivumelwano zikamenziwa zinamathela kuluphi ucezu lwenkulumo?....................................... i) Inkathi ezayo ihlukene kabili: …………………………. ne…………………………….. j) Lezi iziqu ezine zenani:……………, ………………, ……………….., …………….. (10) /20/ UMBUZO 2 2.1 Khipha isivumelwano sikamenziwa esenzweni ngasinye usho nokuthi simele ibizo lasiphi isigaba sebizo: a) Usisi uyawathanda kakhulu amazambane. b) Umfundisi uthe uziyifunda kusasa incwadi. c) Ukufa kuyosihlanganisa ekugcineni. d) Angazi ungifunani lo muntu. e) Umakhi uzolakha kusasa ikhishi. (10) 2.2 Bhala ubuningi balawa mabizo alandelayo bese usho ukuthi ibizo liyisiphi isigaba ebuningini: a) ihlo b) amanzi c) umoya d) ibibane e) ucingo (10) /20/ UMBUZO 3 3.1 Gagula uhlobo lomusho ngamunye kwelandelayo: a) La bafana baningi futhi behlukene. b) UThandeka uzothola imali yakhe kusasa ntambama. c) Ngiyabathanda abantu abahloniphayo. d) UZodwa ufuna ukushaya ingane. e) Izimpahla zami zinethiwe. (10) 3.2 Qalisa umusho ngegama elidwetshelwe: a) Inkampani enkulu izoqasha abantu abaningi. b) Isikhova sisuke sikhalelani kanti ebusuku abantu belele? c) Izingane zakithi engizithandayo ziphumelele ngamalengiso esikoleni. d) Abantu abadla izambane likapondo kuthi intela yabo izokhuphuka. e) Izwe laseNingizimu Afrika lilindele izizwe zomhlaba ezizofika zivakashile. (10) /20/ Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| 34 UMBUZO 4 Funda isiqeshana esilandelayo bese uphendula imibuzo ezolandela: Bathi bangafika kwaSigujana bakhonjiswa amakhekhe abangakhetha kuwo. Wangengasazi uNomasonto ukuthi akhethe liphi ayeke liphi. Kwaze kwasiza umuntu osebenza khona lapha esitolo samakhekhe wamkhethisa. Waqala ngokumbuza ukuthi uthanda muphi umbala. Walandela ngokubuza ukuthi uthanda elinaziphi izithako. Wavele wadunyelwa nje uNomasonto, waphenduka wabuka unina uMaZikalala. Wazihlangula naye wathi akazani nazithako zamakhekhe. Futhi ke nosuku lokuzwalwa olubungazwayo akulona olwakhe, olwakhe uthunjana wakhe lo osephenduke izikhomololo esitolo.UMaZikalala wabuza kumthengisi ukuthi yiliphi eliyintandokazi yikhona bezokhetha lona.Nempela umdayisi wabayalela maqede balithenga elikhulukhazi ikhekhe leli, babambisana lona sebephuma nalo esitolo. 4.1 Tomula amabizo AMAHLANU esiqeshini esingenhla bese ukhipha iziqalo zawo uphinde usho ukuthi akuziphi izigaba. (15) 4.2 Tomula amabizongxube AMABILI kulesi siqephu esingenhla. (2) 4.3 Nika amagama amqondofana nalwa atholakala esiqeshini: 4.3.1 uthunjana 4.3.2 olubungazwayo (2) 4.4 Tomula ibizomuntu elitholakala esiqeshini ulibhale. (1) /20/ UMBUZO 5 5.1 Sebenzisa izihlanganiso ezifanele ukwakha umusho ombaxa ngemisho eqondile ehamba ngamibili ngezansi: 5.1.1 Izingane kumele ziye emakhaya. Siphumile isikole. 5.1.2 Iziguli zijoviwe. Iziguli kungenzeka zisinde. 5.1.3 Kumele ngigeze izinyawo. Kumele ngilale. 5.1.4 Ngingasibhala isivivinyo kusasa. Angifundanga ngokwanele. 5.1.5 UThemba kumele angenele umncintiswano. UThemba angawina. (10) 5.2 Nika amagama amqondofana alawa alandelayo: 5.2.1 intshisekelo 5.2.2 umakoti 5.2.3 isihlahla 5.2.4 inono 5.2.5 tusa (5) Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| ZUL1505/101/3/2025 35 5.3 Nika amagama okuhlonipha alawa alandelayo: 5.3.1 utshwala 5.3.2 inkomo 5.3.3 indoda 5.3.4 umfana 5.3.5 izulu (elidumayo)

Show more Read less
Institution
Course








Whoops! We can’t load your doc right now. Try again or contact support.

Connected book

Written for

Institution
Course

Document information

Uploaded on
September 2, 2025
Number of pages
8
Written in
2025/2026
Type
Exam (elaborations)
Contains
Questions & answers

Subjects

Content preview

ZUL1505
I-asayimenti yesi 2 Semester 2 2025
Unique Number:

Due Date: September 2025
UMBUZO 1

1.1.

(a) Amabizoqho (amabizo aqoqa izinto ezingabaliwe ngokwazo, njengokudla, imali):

 ukudla

 imali

(b) Amabizoqoqa (amabizo abizwa iqoqo lezinto):

 imfuyo

 abahlali




Terms of use
By making use of this document you agree to:
 Use this document as a guide for learning, comparison and reference purpose,
Terms of use
 Not to duplicate, reproduce and/or misrepresent the contents of this document as your own work,
By making use of this document you agree to:
 Use this document
Fully accept the consequences
solely as a guide forshould you plagiarise
learning, reference,or and
misuse this document.
comparison purposes,
 Ensure originality of your own work, and fully accept the consequences should you plagiarise or misuse this document.
 Comply with all relevant standards, guidelines, regulations, and legislation governing academic and written work.

Disclaimer
Great care has been taken in the preparation of this document; however, the contents are provided "as is" without any express or
implied representations or warranties. The author accepts no responsibility or liability for any actions taken based on the
information contained within this document. This document is intended solely for comparison, research, and reference purposes.
Reproduction, resale, or transmission of any part of this document, in any form or by any means, is strictly prohibited.

Get to know the seller

Seller avatar
Reputation scores are based on the amount of documents a seller has sold for a fee and the reviews they have received for those documents. There are three levels: Bronze, Silver and Gold. The better the reputation, the more your can rely on the quality of the sellers work.
EduPal University of South Africa (Unisa)
Follow You need to be logged in order to follow users or courses
Sold
149166
Member since
7 year
Number of followers
35995
Documents
4318
Last sold
18 hours ago

4.2

13557 reviews

5
7805
4
2688
3
1790
2
455
1
819

Recently viewed by you

Why students choose Stuvia

Created by fellow students, verified by reviews

Quality you can trust: written by students who passed their tests and reviewed by others who've used these notes.

Didn't get what you expected? Choose another document

No worries! You can instantly pick a different document that better fits what you're looking for.

Pay as you like, start learning right away

No subscription, no commitments. Pay the way you're used to via credit card and download your PDF document instantly.

Student with book image

“Bought, downloaded, and aced it. It really can be that simple.”

Alisha Student

Frequently asked questions