BONGANI MAVUSO
, IZIMPISI
Bongani Mavuso
1. Uma kukuhle ziyangazi,
2. Uma kukubi azingazi,
3. Izimpisi ezigqoke isikhumba semvu.
4. Cha zinonya olungakaze lubonwe;
5. Elimhlophe ziliveza lapho ngiqhamuka,
6. Kuyothi lapho ngisithela zingibeke amabala,
7. Zinjalo-ke izimfamona,
8. Azifuni ukubona omunye umuntu enotho.
Amagama Incazelo yesiZulu Incazelo yesiNgisi
Uhlobo oluthile lwezinja zasendle
Izimpisi Hyenas / wolves
eziyingozi
They are clothed / covered in
Zigqoke zembathe
/ They are wearing
They are evil / They are
Zinonya Zinezinhliziyo ezimbi
heartless / cruel
Zingibeka amabala Ziyangigxeka They criticize me
Uboya / ingaphandle lesilwane
Isikhumba semvu Sheep skin
esibizwa ngemvu.
Ngiqhamuka Ngivela / Ngiphambi In front of / When I’m around
Ngifulathela / ngisuka phambi When I turn back / when I
Ngisithela
kwazo move away from them
Abantu abangakufiseli okuhle / Haters / jealous people /
Izimfamona
abanomona ngawe envious people
Utho Okuthile Something
Ukuphawula Ukusho okuthile To comment
Isigqi esinensayo Umgqigqo ohamba kancane Slow pace