100% satisfaction guarantee Immediately available after payment Both online and in PDF No strings attached 4.6 TrustPilot
logo-home
Exam (elaborations)

AFL2603 EXAM PACK 2022/2023

Rating
-
Sold
1
Pages
13
Grade
A+
Uploaded on
29-10-2022
Written in
2022/2023

AFL2603 EXAM PACK 2022/2023 AFL2603 EXAM PACK 2022 KUXABENE UBENDLE (INOVELI) Xoxa ngesakhiwo senoveli uchaze ngokulandelana kwezigigaba ezenzekayo. Izigigaba ziyizehlakalo ezibalulekile ezenzeka emdlalweni. Ukuhleleka kwazo kumele kucutshungulwe kahle. Kukhona izigigaba ezithathwa njengezinkulu kanti kukhona nezincane. Zonke izehlakalo endabeni kumele kube khona umsebenzi obonakalayo ezinawo endabeni. Ukuhleleka kwezehlakalo kumele kulandele isikhathi sokwenzeka kwazo. Isizinda sisho indawo lapho indaba yenzeka khona kanti isimo senhlalo sichaza impilo ephilwayo kuleyo ndawo. Ukuqonda isizinda nesimo senhlalo kusiza kakhulu lapho umfundi esehlulela izenzo zabalingiswa nobuntu babo. Njengasempilweni yemihla ngemihla, umuntu uphila impilo akhule phansi kwayo. Izimo zempilo aphila phansi kwazo ezenza umuntu abe yilokho ayikho. Inoveli esiyifunde kulo nyaka yenzeka elokishini laseMlazi. Indikimba ibaluleke kakhulu ngoba yiyona ehlanganisa indaba ibe yinto eyodwa. Okokuqala umfundi into afisa ukuyazi ukuthi inoveli iquketheni. Ufisa ukwazi ukuthi inoveli ixoxa ngani. Kungabe kukhulunywa ngabantu, izilwane, izitshalo, kukhulunywa ngezimpi, ngothando, ngezamabandla, ngezombusazwe? Uma esekutholile lokhu umfundi ube esefuna ukwazi ukuthi uyini umyalezo wombhali. Umbhali uwubhale ngendlela egculisayo umdlalo wakhe mayelana nokukhula kodweshu emdlalweni usuwonke. Umbhali usebenzise abalingiswa uMfundisi uSokhela kanye noMazibuko ababanga isikhundla esontweni ukwethula umyalezo wakhe wesimo esidabukisayo. UMfundisi uSokhela ubhekana nenkinga mayelana netulo elakhiwa uMazibuko nomkakhe uMazikode ukuze bamketule esikhundleni sakhe sobufundisi sithathwe uMazibuko. UMfundisi Sokhela uvezwe njengomlingiswa okufanele ukuba umfundisi ngoba uvezwa engagudluki ekukholweni noma eseze waboshelwa icala angalenzanga, uyaqhubeka nokuthembela kuMvelingqangi. UMazibuko uvezwa njengomuntu othanda izikhundla, ononya, ozifelayo ngezinkamba zikaFaro nongenasimilo. Mayelana nesizinda uma sibheka isimo senhlalo kuvela ukuhambisana mayelana nokuziphatha kwabalingiswa. Ngokwendawo lendaba yenzeka endaweni yaselokishini elinabantu abaphila impilo engafani ngenxa yezimo zomnotho ezingalingani. Isimo senhlalo siveza isimo sobuphofu nendlala ngenxa yokugqoza kwamathuba emisebenzi. Lesi simo sidalwa izimo zepolitiki yaseNingizimu Afrika ngenxa yengcindezelo. Isimo sengcindezelo saholela ekukhipheni abantu abansundu inyumbazana kwezomnotho nakwezepolitiki. Lesi simo sakhela sagxila saze samila izimpande yingakho nje singasombululeki kalula ngisho emva kwenkululeko. UMazibuko kule ndaba ushaywa isimo sokungalingani kwezomnotho okwenza naye ahalele ukungena esikhundleni sikamfundisi uSokhela. Umfundisi uSokhela wabe esephila kamnandi esiphumile esimeni sokuhlupheka nokuhlala emjondolo. Ubudlelwano balaba bashadikazi bungobeqiniso ngoba bayabambisana kwabakwenzayo baphinde bakhulume ngazwi linye. Lokhu kuyagqama kakhulu lapho bebambisana mayelana nentulo lokuketula umfundisi Sokhela esihlalweni sokuhola ibandla. Lokhu kwaba imfihlo yabo bobabili, yingakho nje kuvela endabeni ukuthi yize uMazibuko eseziphethe kabi. Kodwa umkakhe wafela ngaphakathi wangayidalula imfihlo. Ngisho nezinto ayesezenza uMazibuko ezidicilela phansi isikhundla sakhe nesebandla, akazanga amchaye ebandleni. Akaveli futhi esabisa umyeni wakhe ngokudalula imfihlo ngenxa yokungaziphathi kahle. Ngisho esenikezwa ithuba enkonzweni ukuba ahlanze amaqiniso ngentulo abalenza ukuketula umfundisi uSokhela. Uvezwa emanqikanqika kangangoba uze adedele umyeni wakhe kwaba nguye odalula onke amaqiniso. Mfundisi (Nobhala) Mazibuko Phawula ngokuhambisana okukhona phakathi kwabalingiswa kanye nesizinda, bhekisa ikakhulukazi kumlingiswa uMazibuko. Nikeza izibonelo ezifanele. Iyini indikimba? Ngabe umlobi usebenzise kanjani uMazibuko ukusethulela indikimba yalenoveli? MaZikode (i) Phawula ngokuvezwa kukaMaZikode njengomunye wabalingiswa kulelio noveli. UMazikode uvezwa engumuntu onenhliziyo engaphandle ngokungakwazi ukwamukela isimo abaphila ngaphansi kwaso. Uphinda avezwe engaqhamuki namasu okuphucula impilo yomuzi wakhe ngendlela ekahle engadaleli abanye izinkinga. Lokhu k

Show more Read less
Institution
Course

Content preview

AFL2603 EXAM PACK
2022/2023

, AFL2603 EXAM PACK 2022



KUXABENE UBENDLE (INOVELI)



Xoxa ngesakhiwo senoveli uchaze ngokulandelana kwezigigaba ezenzekayo.

Izigigaba ziyizehlakalo ezibalulekile ezenzeka emdlalweni. Ukuhleleka kwazo kumele
kucutshungulwe kahle. Kukhona izigigaba ezithathwa njengezinkulu kanti kukhona nezincane.
Zonke izehlakalo endabeni kumele kube khona umsebenzi obonakalayo ezinawo endabeni.
Ukuhleleka kwezehlakalo kumele kulandele isikhathi sokwenzeka kwazo. Isizinda sisho indawo
lapho indaba yenzeka khona kanti isimo senhlalo sichaza impilo ephilwayo kuleyo ndawo.
Ukuqonda isizinda nesimo senhlalo kusiza kakhulu lapho umfundi esehlulela izenzo
zabalingiswa nobuntu babo. Njengasempilweni yemihla ngemihla, umuntu uphila impilo akhule
phansi kwayo. Izimo zempilo aphila phansi kwazo ezenza umuntu abe yilokho ayikho. Inoveli
esiyifunde kulo nyaka yenzeka elokishini laseMlazi.



Indikimba ibaluleke kakhulu ngoba yiyona ehlanganisa indaba ibe yinto eyodwa. Okokuqala
umfundi into afisa ukuyazi ukuthi inoveli iquketheni. Ufisa ukwazi ukuthi inoveli ixoxa ngani.
Kungabe kukhulunywa ngabantu, izilwane, izitshalo, kukhulunywa ngezimpi, ngothando,
ngezamabandla, ngezombusazwe? Uma esekutholile lokhu umfundi ube esefuna ukwazi ukuthi
uyini umyalezo wombhali.


Umbhali uwubhale ngendlela egculisayo umdlalo wakhe mayelana nokukhula kodweshu
emdlalweni usuwonke. Umbhali usebenzise abalingiswa uMfundisi uSokhela kanye noMazibuko
ababanga isikhundla esontweni ukwethula umyalezo wakhe wesimo esidabukisayo. UMfundisi
uSokhela ubhekana nenkinga mayelana netulo elakhiwa uMazibuko nomkakhe uMazikode
ukuze bamketule esikhundleni sakhe sobufundisi sithathwe uMazibuko. UMfundisi Sokhela
uvezwe njengomlingiswa okufanele ukuba umfundisi ngoba uvezwa engagudluki ekukholweni
noma eseze waboshelwa icala angalenzanga, uyaqhubeka nokuthembela kuMvelingqangi.
UMazibuko uvezwa njengomuntu othanda izikhundla, ononya, ozifelayo ngezinkamba zikaFaro
nongenasimilo.

Written for

Institution
Course

Document information

Uploaded on
October 29, 2022
Number of pages
13
Written in
2022/2023
Type
Exam (elaborations)
Contains
Questions & answers

Subjects

Get to know the seller

Seller avatar
Reputation scores are based on the amount of documents a seller has sold for a fee and the reviews they have received for those documents. There are three levels: Bronze, Silver and Gold. The better the reputation, the more your can rely on the quality of the sellers work.
lectdenis Chamberlain College Of Nursing
Follow You need to be logged in order to follow users or courses
Sold
2051
Member since
4 year
Number of followers
1589
Documents
6351
Last sold
1 day ago
online tutor

FOR THE BEST ASSIGNMENTS AND HOMEWORKS ,TO HELP AND TUTORING ALL KIND OF EXAMS

3.7

292 reviews

5
130
4
48
3
47
2
18
1
49

Trending documents

Recently viewed by you

Why students choose Stuvia

Created by fellow students, verified by reviews

Quality you can trust: written by students who passed their tests and reviewed by others who've used these notes.

Didn't get what you expected? Choose another document

No worries! You can instantly pick a different document that better fits what you're looking for.

Pay as you like, start learning right away

No subscription, no commitments. Pay the way you're used to via credit card and download your PDF document instantly.

Student with book image

“Bought, downloaded, and aced it. It really can be that simple.”

Alisha Student

Frequently asked questions