2021
-ZULU POEMS-
1. Izimpisi
2. Ngikhathele Ngidiniwe
3. Indoni Yamanzi
4. Injabulo
5. Isiqhingi saseRobben Island
6. Isihlahla Somnduze
7. Elkabani Iphutha?
8. Ngiyokhohlwa Ngi le
fi
,Tyla Naidoo 2 of 24
2021
1
.Izimpisi – Bongani Mavuso
1 Uma kukuhle ziyangazi, ukuxhumana siqalo
2 Uma kukubi azingazi, imvumelwano siqalo
3 Izimpisi ezigqoke isikhumba semvu. to wear sheeps skin (pretender) = ukuzenzisa ukulunga
4 Cha zinonya olungakaze lubonwe; evil hearts (enhlizinyo embi)
5 Elimhlophe ziliveza lapho ngiqhamuka, izinyo (teeth)
6 Kuyothi lapho ngisithela zingibeke amabala. criticize
7 Zinjalo-ke izimfamona, jealous people
8 Azifuni ukubona omunye umuntu enotho. have something good/valuable (winning)
TRANSLATION
Hyenas/Backstabbers
1. When things are good they know me,
2. When things are bad they don’t know me,
3. Hyena’s hide in sheep’s skin.
4. They are so evil but they hide it;
5. They smile when I’m there,
6. When I turn my back they criticise.
7. Jealous people are just like that,
8. They don’t want to see you winning.
(Imigqa iyisishiyagalombili)
INDIKIMBA UHLOBO UMOYA ISIFUNDO ISIHLOKO UMQONDO
OSOBALA
(MAIN
POINTS)
Umona - Ilirikhi ngoba Ukudineka Ungathembi Abantu • Ukuzenzisa
jealous imbongi ithi (annoyed) abantu ngoba bangabazenzisi • Umona
Abantu “ngi”. abangabazenzi Ukuwenza • Inhlebo
abajabule nesathaya si (don’t trust sasilwane (backstabbi
ngempumelelo ngoba imbongi people, they are wezenja ng)
yakhe. igxeka (criticise) fake)
izimfamona.
, Tyla Naidoo 3 of 24
2021
2
. Ngikhathele Ngidiniwe – Bongani Mavuso
1 Ngikhathele ngidiniwe,
2 Amehlo ami agcwele ubhici,eye crust
3 Ngenxa yesici,weakness/fault/temptation (yiphutha) + I-enjambamenti
4 Esibhacekwe emzimbeni wami ngidiniwe.
5 Mabonakude uyinkathazo, ithelevishini + ukwenzasamuntu (talking to TV) + isingathekiso
6 Uyinkathazo mabonakude,
7 Udoba izingane ngopopayi,
8 Zikholwe yiyo yonke le mfishimfishi, not real (amanga)
9 Zikholwe yilo lonke lolu vucu. rubbish
10 Empeleni uyinto yamavila,lazy ppl + isingathekiso
11 Ovila voco abahlale bebila, boil
12 Wuvalo lokukhala kwesivalo sentshebe, doing something wrong
13 Kwazise phela ayizwani nezingane,
14 Ezigqolozela ububi bakho mabonakude ndini stare
TRANSLATION
I am sick and tired
1. I am tired, I am irritated,
2. My eyes have eye crust,
3. The temptation/fault,
4. Is inside that makes me tired.
5. Television you are a problem,
6. You are a problem Television,
7. You lute children with cartoons,
8. They believe in all that fiction,
9. They believe in this rubbish.
10. To be honest you’re something for lazy people,
11. Lazy people must stay boiling (worried),
12. When they hear the opening of the door, (Dad)
13. Knowing that they don’t like kid’s watching TV,
14. Staring at the bad stuff on the TV.
(Imigqa yishumi nane)