Escrito por estudiantes que aprobaron Inmediatamente disponible después del pago Leer en línea o como PDF ¿Documento equivocado? Cámbialo gratis 4,6 TrustPilot
logo-home
Document preview thumbnail
Vista previa 3 fuera de 6 páginas
Resumen

Summary Grade 12(IEB): Izifungo-S. Bhengu

Document preview thumbnail
Vista previa 3 fuera de 6 páginas

Prescribed reading grade 12 isiZulu. Here is a brief overview of IziFungo by S Bhengu. The summary covers the Characters, Themes, plot, and the moral of the story. The document is written in isiZulu to challenge learners.

Vista previa del contenido

IZIFUNGO
S. BHENGU

, Izifungo


Umbhali wale ndaba emfushane ngu-S.Bhengu.
Izifungo yizibopho/izivumelwano (vows) ezenziwa abantu uma befuna
ukuzibophezela kokuthile okungase kuthinte izimpilo zabo.
Izifungo zivame ukwenziwa ngezinsuku zomshado(on the wedding day) lapho
abantu befunga/bethembisa ukuthandana futhi bahlale ndawonye kuze kube
yilapho ukufa kubahlukanisa(until death seoerates them). Bahlala ndawonye
ebuhleni kayne nasebubini(through thick and thin)




Abalingiswa wendaba

UZethembe Cele
UBuhle Magwaza
UNozipho Cele
UZinhle




UZethembe Cele (Umlingiswa omkhulu)


UZethembe ungumlingiswa omkhulu(main) kule ndaba. Ungowesilisa(male).
Indaba ixoxwa(narrated) nguye.
Ungumuntu owethembekile(trustworthy) kakhulu, futhi uwukhathalela ngempela umkhaya
wakhe.
Wayeshade noBuhle ngaphambi kokushada noNozipho.
Inkinga yakhe wukuthi uBuhle ufuna babuyelane(get back together).
UBuhle usebenzisa izifungo(vows) zabo zomshado ukuzama futhi azizwe enecala
ngokumdivosa(to guilt-trip him for divorcing her)
Inhliziyo yakhe yaphulwa nguBuhle. Wazama ukusindisa(tried to save) umshado wabo, kodwa
uBuhle engenaso isimilo(has loose/no morales).
Wamphoxa/emhlambalaza(embarrassed him) phambi komphakathi(community) ngokuziphatha
kwakhe.
Ngemva kwesehlukaniso sakhe noBuhle washada nenkosikazi yakhe uNozipho.
UNozipho noZethembe banendodakazi enhle ogama lakhe nguZinhle.

, UBuhle Magwaza

UBuhle noZethembe bashada eminyakeni eyishumi edlule(10 years ago).
Ngemva konyaka(one year after) eshade noZethembe waqala ukwenza izinto
eziyihlazo(shameful things) ezazihlukumeza umyeni wakhe.
Akanandaba namuntu ngaphandle kwakhe.(She is selfish)
Ukuziphatha kwakhe okuyihlazo kwenza umyeni wakhe adivose.
Manje usezama ukubuyelana noZethembe ngemuva kokumlimaza.
Akanakhaya(She is homeless) futhi abangani bakhe ababi abasekho.(Her bad friends have
left her)
Ulahlekelwe yibo bonke ubuhle bakhe(no longer beautiful) futhi ubukeka njengomuntu ohlala
emgwaqweni.(She looks homeless)




UNozipho Cele


UNozipho ungunkosikazi omusha kaZethema.
UZethembe umthanda kakhulu umkakhe.
UNozipho uthembekile futhi ungowesifazane okhaliphile(smart).
UNozipho uziphethe kahle.
Ungowesifazane ekholwayo(Christian woman),lokhu kubonakala lapho eya enkonzweni yesonto
kaJulayi.




Zinhle Cele

Kukhulunywa ngoZinhle endabeni kodwa akaveli.
Uyindodakazi kaZethele noNozipho.




Izindikhimba (themes)

ukungathembeki
Uxolo
ukungabinayo inhlonipho

Información del documento

Schooljaar
200
Subido en
6 de febrero de 2024
Número de páginas
6
Escrito en
2023/2024
Tipo
Resumen
$4.79

¿Documento equivocado? Cámbialo gratis Dentro de los 14 días posteriores a la compra y antes de descargarlo, puedes elegir otro documento. Puedes gastar el importe de nuevo.
Escrito por estudiantes que aprobaron
Inmediatamente disponible después del pago
Leer en línea o como PDF

Vendido
1
Seguidores
1
Artículos
27
Última venta
1 año hace



Por qué los estudiantes eligen Stuvia

Creado por compañeros estudiantes, verificado por reseñas

Calidad en la que puedes confiar: escrito por estudiantes que aprobaron y evaluado por otros que han usado estos resúmenes.

¿No estás satisfecho? Elige otro documento

¡No te preocupes! Puedes elegir directamente otro documento que se ajuste mejor a lo que buscas.

Paga como quieras, empieza a estudiar al instante

Sin suscripción, sin compromisos. Paga como estés acostumbrado con tarjeta de crédito y descarga tu documento PDF inmediatamente.

Student with book image

“Comprado, descargado y aprobado. Así de fácil puede ser.”

Alisha Student

Preguntas frecuentes