100% tevredenheidsgarantie Direct beschikbaar na je betaling Lees online óf als PDF Geen vaste maandelijkse kosten 4.2 TrustPilot
logo-home
Tentamen (uitwerkingen)

ZUL1505 Assignment 2 (ANSWERS) Semester 2 2025 - DISTINCTION GUARANTEED

Beoordeling
-
Verkocht
-
Pagina's
5
Cijfer
A+
Geüpload op
02-09-2025
Geschreven in
2025/2026

Well-structured ZUL1505 Assignment 2 (ANSWERS) Semester 2 2025 - DISTINCTION GUARANTEED. (DETAILED ANSWERS - DISTINCTION GUARANTEED!)..... UMBUZO 1 1. 1 Funda isiqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo ezolandela: Ziningi izinto abangaziphilisa ngazo abantu. Abanye baye bangene ebhizinisini lokuziphilisa ngemfuyo, okuyinto enothe kakhulu. Ukuziphilisa ngemfuyo kuhle ngoba imfuyo ikhula ngokushesha, ikakhulukazi izimbuzi noma izinkukhu. Ukudayisa ngemfuyo ezindaweni eziningi sekwaba insakavukela umchilo wesidwaba. Abathengi akusiyo into eswelekayo njengoba imfuyo kuyinto esebenza kakhulu. Obabamkhulu nabo babephila ngayo imfuyo kanye nokulima. Mhlawumbe manje isikhathi sokuthi zibuye esasisweni njengoba impilo sengathi iya ngokwenyukela nje. Abanye abantu baziphilisa ngokuvula izitolo ezidayisa ukudla okuphekiwe noma ukudla okungakaphekwa. Nawo lo mkhakha uyinto enemali kakhulu ngoba phela ukudla yinto esiyidinga nsukuzonke. Endaweni yaseMzimkhulu kukhona abantu abanezitolo zabo zokudla okuphekiwe, abafana noMaDlamini, uSithole, uNzama, njll. Abahlali bakhona noma bengaphekanga bayazi ukuthi ngeke balale bengakutholanga okuya ngasethunjini ngoba phela kukhona ukudla okudayisayo. Imibuzo Khipha lezinhlobo zamabizo ezilandelayo ezitholakala eziqeshini. Khipha amabizo amabili uhlobo ngalunye: (a) amabizoqho (b) amabizoqoqa (c) amabizombaxa (d) amabizongxube (e) amabizomuntu (10) 1. 2 Cozulula amabizo alandelayo ukhiphe iziqalo kanye neziqu zawo: a) izimbambo b) inkululeko c) uhlamvu d) umntwana e) izinja (10) 1.3 Chaza kafushane ukuthi uyini umsuka. Sekela incazelo yakho ngesibonelo esifanele. (5) /25/ Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| ZUL1505/101/3/2025 31 UMBUZO 2 1. Zakhele eyakho imisho ngalezi hlanganiso ezilandelayo. Imisho ungayithathi kumhlahlandlela (study guide) kodwa kube oziqambele yona: hleze, bese, kwazise, noma, mhlawumbe (10) 2. Cozulula umusho omagatshagatsha olandelayo ukhiphe umusho omkhulu kanye nemishwana ekhonzile. Phinda usho ukuthi imishwana ekhonzile engumusho ochazayo noma okhanyisayo: Ingane yesikole ebigqqoke umfaniswano ishayiswe yimoto esangweni izolo ekuseni. (5) /15/ UMBUZO 3 1. Nikeza amagama amqondophika nalawa: a) ibhungu b) dangala c) ifumuka d) insengwakazi e) cunuka (5) 2. Chaza ukuthi igama ‘ibala’ lingumabizwafane kanjani. Chaza kafushane wesekele nangesibonelo esifanele. (5) /10/ ISAMBA: [50x2=100] Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| 32 UKUHLOLWA NGEPHOTHIFOLIYO UMBUZO 1 1.1 Qondanisa incazelo ekukhalamu-A nempendulo ekukhalamu –B A B INCAZELO IMPENDULO a) Onkamisa bemvelo yilaba: e no o b) Uma kwenzeka ukulumbana konkamisa kufanele: kondebembili nonsinini c) Onkamisa bokuvela yilaba: w no y d) Izinguquko zefonoloji zidalwa ukuthi…… uphuma ngamakhala uma bephinyiswa. e) Osingankamisa babili esiZulwini, yilaba sesi-9 nese-10 f) Ukulwangisa ukuguquka ko…………….. no………………. baphenduke olwangeni. m no n g) Nazi izinhlobo ezinhlanu zenguquko yefonoloji zesiZulu: Kube onkamisa bemvelo futhi a abe sekuqaleni. h) Ukunkankaza kwenzeka uma kwakhiwa amabizo ethathelwa ezenzweni ngokuphongoza iziqalo zamabizo esigaba sesi ……….. nese….. Onkamisa abavumelekile ukuthi balandelane ohlamvini / elungeni. i) Omankankane babili esiZulwini, yilaba: Ukweqiwa konkamisa, ukungwaqazisa, ukulumbana konkamisa, ukunkankaza, nokulwangisa. j) Omankankane babizwa ngomankankane ngoba umoya ……………. a, i,u (10) 1.2 Gcwalisa izikhala ngegama/ ngamagama afanele: a) Isibonelo esisodwa somsindo ongundebezinyo yilesi: ………………… b) Isigaba samabizo esinesiqalo ngqo esicashile yilesi:…………………. c) Isigaba soku-1 nesesi-3 sineziqalo ezifanayo (umu-) umehluko ukuthi: ………………………………………………………………………………………………. d) Ilunga noma uhlamvu (syllable) esiZulwini lakhiwa: ……………………………………………………………………………………………… e) Izakhi eziphelele zebizo yilezi: …………………………………………………………. f) Uma kwenzeka inguquko ukungwaqazisa unkamisa u no o baphendula u ………… g) Omunye msebenzi owenziwa isabizwana emshweni uku…………………………… Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| ZUL1505/101/3/2025 33 h) Izivumelwano zenhloko nezivumelwano zikamenziwa zinamathela kuluphi ucezu lwenkulumo?....................................... i) Inkathi ezayo ihlukene kabili: …………………………. ne…………………………….. j) Lezi iziqu ezine zenani:……………, ………………, ……………….., …………….. (10) /20/ UMBUZO 2 2.1 Khipha isivumelwano sikamenziwa esenzweni ngasinye usho nokuthi simele ibizo lasiphi isigaba sebizo: a) Usisi uyawathanda kakhulu amazambane. b) Umfundisi uthe uziyifunda kusasa incwadi. c) Ukufa kuyosihlanganisa ekugcineni. d) Angazi ungifunani lo muntu. e) Umakhi uzolakha kusasa ikhishi. (10) 2.2 Bhala ubuningi balawa mabizo alandelayo bese usho ukuthi ibizo liyisiphi isigaba ebuningini: a) ihlo b) amanzi c) umoya d) ibibane e) ucingo (10) /20/ UMBUZO 3 3.1 Gagula uhlobo lomusho ngamunye kwelandelayo: a) La bafana baningi futhi behlukene. b) UThandeka uzothola imali yakhe kusasa ntambama. c) Ngiyabathanda abantu abahloniphayo. d) UZodwa ufuna ukushaya ingane. e) Izimpahla zami zinethiwe. (10) 3.2 Qalisa umusho ngegama elidwetshelwe: a) Inkampani enkulu izoqasha abantu abaningi. b) Isikhova sisuke sikhalelani kanti ebusuku abantu belele? c) Izingane zakithi engizithandayo ziphumelele ngamalengiso esikoleni. d) Abantu abadla izambane likapondo kuthi intela yabo izokhuphuka. e) Izwe laseNingizimu Afrika lilindele izizwe zomhlaba ezizofika zivakashile. (10) /20/ Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| 34 UMBUZO 4 Funda isiqeshana esilandelayo bese uphendula imibuzo ezolandela: Bathi bangafika kwaSigujana bakhonjiswa amakhekhe abangakhetha kuwo. Wangengasazi uNomasonto ukuthi akhethe liphi ayeke liphi. Kwaze kwasiza umuntu osebenza khona lapha esitolo samakhekhe wamkhethisa. Waqala ngokumbuza ukuthi uthanda muphi umbala. Walandela ngokubuza ukuthi uthanda elinaziphi izithako. Wavele wadunyelwa nje uNomasonto, waphenduka wabuka unina uMaZikalala. Wazihlangula naye wathi akazani nazithako zamakhekhe. Futhi ke nosuku lokuzwalwa olubungazwayo akulona olwakhe, olwakhe uthunjana wakhe lo osephenduke izikhomololo esitolo.UMaZikalala wabuza kumthengisi ukuthi yiliphi eliyintandokazi yikhona bezokhetha lona.Nempela umdayisi wabayalela maqede balithenga elikhulukhazi ikhekhe leli, babambisana lona sebephuma nalo esitolo. 4.1 Tomula amabizo AMAHLANU esiqeshini esingenhla bese ukhipha iziqalo zawo uphinde usho ukuthi akuziphi izigaba. (15) 4.2 Tomula amabizongxube AMABILI kulesi siqephu esingenhla. (2) 4.3 Nika amagama amqondofana nalwa atholakala esiqeshini: 4.3.1 uthunjana 4.3.2 olubungazwayo (2) 4.4 Tomula ibizomuntu elitholakala esiqeshini ulibhale. (1) /20/ UMBUZO 5 5.1 Sebenzisa izihlanganiso ezifanele ukwakha umusho ombaxa ngemisho eqondile ehamba ngamibili ngezansi: 5.1.1 Izingane kumele ziye emakhaya. Siphumile isikole. 5.1.2 Iziguli zijoviwe. Iziguli kungenzeka zisinde. 5.1.3 Kumele ngigeze izinyawo. Kumele ngilale. 5.1.4 Ngingasibhala isivivinyo kusasa. Angifundanga ngokwanele. 5.1.5 UThemba kumele angenele umncintiswano. UThemba angawina. (10) 5.2 Nika amagama amqondofana alawa alandelayo: 5.2.1 intshisekelo 5.2.2 umakoti 5.2.3 isihlahla 5.2.4 inono 5.2.5 tusa (5) Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| ZUL1505/101/3/2025 35 5.3 Nika amagama okuhlonipha alawa alandelayo: 5.3.1 utshwala 5.3.2 inkomo 5.3.3 indoda 5.3.4 umfana 5.3.5 izulu (elidumayo)

Meer zien Lees minder
Instelling
Vak









Oeps! We kunnen je document nu niet laden. Probeer het nog eens of neem contact op met support.

Gekoppeld boek

Geschreven voor

Instelling
Vak

Documentinformatie

Geüpload op
2 september 2025
Aantal pagina's
5
Geschreven in
2025/2026
Type
Tentamen (uitwerkingen)
Bevat
Vragen en antwoorden

Onderwerpen

Voorbeeld van de inhoud

ZUL1505
Assignment 2 Semester 2 2025
2 2025
Unique Number:
Due date: September 2025
UMBUZO 1

1.1.



(a) Amabizoqho (amabizo aqoqa izinto ezingabaliwe ngokwazo, njengokudla, imali):

 ukudla

 imali



(b) Amabizoqoqa (amabizo abizwa iqoqo lezinto):

 imfuyo

 abahlali




DISCLAIMER & TERMS OF USE
 Educational Aid: These study notes are intended to be used as educational resources and should not be seen as a
replacement for individual research, critical analysis, or professional consultation. Students are encouraged to perform
their own research and seek advice from their instructors or academic advisors for specific assignment guidelines.
 Personal Responsibility: While every effort has been made to ensure the accuracy and reliability of the information in
these study notes, the seller does not guarantee the completeness or correctness of all content. The buyer is
responsible for verifying the accuracy of the information and exercising their own judgment when applying it to their
assignments.
 Academic Integrity: It is essential for students to maintain academic integrity and follow their institution's policies
regarding plagiarism, citation, and referencing. These study notes should be used as learning tools and sources of
inspiration. Any direct reproduction of the content without proper citation and acknowledgment may be considered
academic misconduct.
 Limited Liability: The seller shall not be liable for any direct or indirect damages, losses, or consequences arising from
the use of these notes. This includes, but is not limited to, poor academic performance, penalties, or any other negative
consequences resulting from the application or misuse of the information provided.

, For additional support +27 81 278 3372

UMBUZO 1

1.1.

(a) Amabizoqho (amabizo aqoqa izinto ezingabaliwe ngokwazo, njengokudla, imali):

 ukudla

 imali

(b) Amabizoqoqa (amabizo abizwa iqoqo lezinto):

 imfuyo

 abahlali

(c) Amabizombaxa (amabizo abizwa izinto ezibambekayo noma ezibonakalayo):

 izimbuzi

 izinkukhu

(d) Amabizongxube (amabizo ahlanganisa izinto eziningi ndawonye noma angahle
abe nobunye nobuningi):

 abantu

 izitolo

(e) Amabizomuntu (amabizo abizwa abantu ngabanye):

 uMaDlamini

 uSithole



1.2 Cozulula amabizo

a) izimbambo

 Isiqalo: izi-

 Isiqu: -mbambo

b) inkululeko

 Isiqalo: in-

Maak kennis met de verkoper

Seller avatar
De reputatie van een verkoper is gebaseerd op het aantal documenten dat iemand tegen betaling verkocht heeft en de beoordelingen die voor die items ontvangen zijn. Er zijn drie niveau’s te onderscheiden: brons, zilver en goud. Hoe beter de reputatie, hoe meer de kwaliteit van zijn of haar werk te vertrouwen is.
Edge
Volgen Je moet ingelogd zijn om studenten of vakken te kunnen volgen
Verkocht
9676
Lid sinds
2 jaar
Aantal volgers
4252
Documenten
2650
Laatst verkocht
18 uur geleden

4,2

1176 beoordelingen

5
663
4
236
3
177
2
27
1
73

Recent door jou bekeken

Waarom studenten kiezen voor Stuvia

Gemaakt door medestudenten, geverifieerd door reviews

Kwaliteit die je kunt vertrouwen: geschreven door studenten die slaagden en beoordeeld door anderen die dit document gebruikten.

Niet tevreden? Kies een ander document

Geen zorgen! Je kunt voor hetzelfde geld direct een ander document kiezen dat beter past bij wat je zoekt.

Betaal zoals je wilt, start meteen met leren

Geen abonnement, geen verplichtingen. Betaal zoals je gewend bent via iDeal of creditcard en download je PDF-document meteen.

Student with book image

“Gekocht, gedownload en geslaagd. Zo makkelijk kan het dus zijn.”

Alisha Student

Veelgestelde vragen