ZUL1505 Assignment 2 (I-ASAYIMENTI YOKU-2) Semester 1 (ISIMESTA YOKU-1) Memo | Due April 2025
ZUL1505 Assignment 2 (I-ASAYIMENTI YOKU-1) Semester 1 (ISIMESTA YOKU-2) Memo | Due April 2025. All questions fully answered. UMBUZO 1 1.1 Bhala amagama amqondofana nalawa: 1.1.1 iphango/iphanga - 1.1.2 dangala - 1.1.3 inkece - 1.1.4 injongo - 1.1.5 igceke - 1.1.6 uthunjana - (6) 1.2 Yakha imisho ngamagama amqondofana owabhale ku 1.1 ngenhla. (12) 1.3 Sebenzisa igama eliwumabizwafane elidwetshelwe ukubhala incazelo yalo enye ehlukile kule esemshweni. Ilanga lana mhlanje lingiphathe kahle kakhulu. (2) [20] UMBUZO 2 Qondanisa igama elinesakhi esibhalwe ngokwahlukile eliku-A nenguquko yefonoloji eyenzeke kuleso sakhi eku-B, bese ku-C uveza ukuthi inguquko yenzeke kanjani kulelo gama kanje: A B C ukwenza ukungwaqazisa uku+enza u>w A B C 4.1 impatho ukulwangisa In + phatha, ph >mp 4.2 benza Ukungwaqazisa Ba + enza, a+e = e 4.3 imbotshana Ukulumbana konkamisa Imbobo, b > tsh 4.4 indlwana Ukulwangisa Indiu + ana, u > w 4.5 isigujana ukunkankaza Isigibhu + ana, bh > j (10) UMBUZO 3 Nikeza omqondophika bamagama alandelayo: 3.1 iduna 3.2 isilaza 3.3 khuphuka 3.4 isigqala 3.5 isigwadi/isigwadu (10) UMBUZO 4 Bhala imisho embaxa ngemisho eqondile ehamba ngamibili ngezansi. Qiniseka ukuthi usebenzisa izihlanganiso ezifanele emishweni yakho. 4.1 Izingane zibhala isivivinyo. Izingane zithule cwaka. 4.2 Kumele ngikhankase. Ngingawudla umhlanganiso. 4.3 Ngizosuka ngezinyawo. Ngizogibela phambili. 4.4 Ubaba ulungisa umcaba. Amasi aseyavuthwa. 4.5 Kumele ngiyofesa. Ngingawuthola umsebenzi. (10) [20] AMAMAKI ESEWONKE: [50x2=100]
Escuela, estudio y materia
- Institución
- University of South Africa (Unisa)
- Grado
- IsiZulu (ZUL1505)
Información del documento
- Subido en
- 21 de abril de 2025
- Número de páginas
- 4
- Escrito en
- 2024/2025
- Tipo
- Examen
- Contiene
- Preguntas y respuestas
Temas
-
zul1505 assignment 2 semester 1 memo 2025