100% satisfaction guarantee Immediately available after payment Both online and in PDF No strings attached 4,6 TrustPilot
logo-home
Exam (elaborations)

ZUL1505 Assignment 2 (COMPLETE ANSWERS) Semester 2 2025 - DUE September 2025

Rating
-
Sold
-
Pages
9
Grade
A+
Uploaded on
04-09-2025
Written in
2025/2026

UMBUZO 1 1. 1 Funda isiqeshana esingezansi bese uphendula imibuzo ezolandela: Ziningi izinto abangaziphilisa ngazo abantu. Abanye baye bangene ebhizinisini lokuziphilisa ngemfuyo, okuyinto enothe kakhulu. Ukuziphilisa ngemfuyo kuhle ngoba imfuyo ikhula ngokushesha, ikakhulukazi izimbuzi noma izinkukhu. Ukudayisa ngemfuyo ezindaweni eziningi sekwaba insakavukela umchilo wesidwaba. Abathengi akusiyo into eswelekayo njengoba imfuyo kuyinto esebenza kakhulu. Obabamkhulu nabo babephila ngayo imfuyo kanye nokulima. Mhlawumbe manje isikhathi sokuthi zibuye esasisweni njengoba impilo sengathi iya ngokwenyukela nje. Abanye abantu baziphilisa ngokuvula izitolo ezidayisa ukudla okuphekiwe noma ukudla okungakaphekwa. Nawo lo mkhakha uyinto enemali kakhulu ngoba phela ukudla yinto esiyidinga nsukuzonke. Endaweni yaseMzimkhulu kukhona abantu abanezitolo zabo zokudla okuphekiwe, abafana noMaDlamini, uSithole, uNzama, njll. Abahlali bakhona noma bengaphekanga bayazi ukuthi ngeke balale bengakutholanga okuya ngasethunjini ngoba phela kukhona ukudla okudayisayo. Imibuzo Khipha lezinhlobo zamabizo ezilandelayo ezitholakala eziqeshini. Khipha amabizo amabili uhlobo ngalunye: (a) amabizoqho (b) amabizoqoqa (c) amabizombaxa (d) amabizongxube (e) amabizomuntu (10) 1. 2 Cozulula amabizo alandelayo ukhiphe iziqalo kanye neziqu zawo: a) izimbambo b) inkululeko c) uhlamvu d) umntwana e) izinja (10) 1.3 Chaza kafushane ukuthi uyini umsuka. Sekela incazelo yakho ngesibonelo esifanele. (5) /25/ Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| ZUL1505/101/3/2025 31 UMBUZO 2 1. Zakhele eyakho imisho ngalezi hlanganiso ezilandelayo. Imisho ungayithathi kumhlahlandlela (study guide) kodwa kube oziqambele yona: hleze, bese, kwazise, noma, mhlawumbe (10) 2. Cozulula umusho omagatshagatsha olandelayo ukhiphe umusho omkhulu kanye nemishwana ekhonzile. Phinda usho ukuthi imishwana ekhonzile engumusho ochazayo noma okhanyisayo: Ingane yesikole ebigqqoke umfaniswano ishayiswe yimoto esangweni izolo ekuseni. (5) /15/ UMBUZO 3 1. Nikeza amagama amqondophika nalawa: a) ibhungu b) dangala c) ifumuka d) insengwakazi e) cunuka (5) 2. Chaza ukuthi igama ‘ibala’ lingumabizwafane kanjani. Chaza kafushane wesekele nangesibonelo esifanele. (5) /10/ ISAMBA: [50x2=100] Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| 32 UKUHLOLWA NGEPHOTHIFOLIYO UMBUZO 1 1.1 Qondanisa incazelo ekukhalamu-A nempendulo ekukhalamu –B A B INCAZELO IMPENDULO a) Onkamisa bemvelo yilaba: e no o b) Uma kwenzeka ukulumbana konkamisa kufanele: kondebembili nonsinini c) Onkamisa bokuvela yilaba: w no y d) Izinguquko zefonoloji zidalwa ukuthi…… uphuma ngamakhala uma bephinyiswa. e) Osingankamisa babili esiZulwini, yilaba sesi-9 nese-10 f) Ukulwangisa ukuguquka ko…………….. no………………. baphenduke olwangeni. m no n g) Nazi izinhlobo ezinhlanu zenguquko yefonoloji zesiZulu: Kube onkamisa bemvelo futhi a abe sekuqaleni. h) Ukunkankaza kwenzeka uma kwakhiwa amabizo ethathelwa ezenzweni ngokuphongoza iziqalo zamabizo esigaba sesi ……….. nese….. Onkamisa abavumelekile ukuthi balandelane ohlamvini / elungeni. i) Omankankane babili esiZulwini, yilaba: Ukweqiwa konkamisa, ukungwaqazisa, ukulumbana konkamisa, ukunkankaza, nokulwangisa. j) Omankankane babizwa ngomankankane ngoba umoya ……………. a, i,u (10) 1.2 Gcwalisa izikhala ngegama/ ngamagama afanele: a) Isibonelo esisodwa somsindo ongundebezinyo yilesi: ………………… b) Isigaba samabizo esinesiqalo ngqo esicashile yilesi:…………………. c) Isigaba soku-1 nesesi-3 sineziqalo ezifanayo (umu-) umehluko ukuthi: ………………………………………………………………………………………………. d) Ilunga noma uhlamvu (syllable) esiZulwini lakhiwa: ……………………………………………………………………………………………… e) Izakhi eziphelele zebizo yilezi: …………………………………………………………. f) Uma kwenzeka inguquko ukungwaqazisa unkamisa u no o baphendula u ………… g) Omunye msebenzi owenziwa isabizwana emshweni uku…………………………… Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| ZUL1505/101/3/2025 33 h) Izivumelwano zenhloko nezivumelwano zikamenziwa zinamathela kuluphi ucezu lwenkulumo?....................................... i) Inkathi ezayo ihlukene kabili: …………………………. ne…………………………….. j) Lezi iziqu ezine zenani:……………, ………………, ……………….., …………….. (10) /20/ UMBUZO 2 2.1 Khipha isivumelwano sikamenziwa esenzweni ngasinye usho nokuthi simele ibizo lasiphi isigaba sebizo: a) Usisi uyawathanda kakhulu amazambane. b) Umfundisi uthe uziyifunda kusasa incwadi. c) Ukufa kuyosihlanganisa ekugcineni. d) Angazi ungifunani lo muntu. e) Umakhi uzolakha kusasa ikhishi. (10) 2.2 Bhala ubuningi balawa mabizo alandelayo bese usho ukuthi ibizo liyisiphi isigaba ebuningini: a) ihlo b) amanzi c) umoya d) ibibane e) ucingo (10) /20/ UMBUZO 3 3.1 Gagula uhlobo lomusho ngamunye kwelandelayo: a) La bafana baningi futhi behlukene. b) UThandeka uzothola imali yakhe kusasa ntambama. c) Ngiyabathanda abantu abahloniphayo. d) UZodwa ufuna ukushaya ingane. e) Izimpahla zami zinethiwe. (10) 3.2 Qalisa umusho ngegama elidwetshelwe: a) Inkampani enkulu izoqasha abantu abaningi. b) Isikhova sisuke sikhalelani kanti ebusuku abantu belele? c) Izingane zakithi engizithandayo ziphumelele ngamalengiso esikoleni. d) Abantu abadla izambane likapondo kuthi intela yabo izokhuphuka. e) Izwe laseNingizimu Afrika lilindele izizwe zomhlaba ezizofika zivakashile. (10) /20/ Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| 34 UMBUZO 4 Funda isiqeshana esilandelayo bese uphendula imibuzo ezolandela: Bathi bangafika kwaSigujana bakhonjiswa amakhekhe abangakhetha kuwo. Wangengasazi uNomasonto ukuthi akhethe liphi ayeke liphi. Kwaze kwasiza umuntu osebenza khona lapha esitolo samakhekhe wamkhethisa. Waqala ngokumbuza ukuthi uthanda muphi umbala. Walandela ngokubuza ukuthi uthanda elinaziphi izithako. Wavele wadunyelwa nje uNomasonto, waphenduka wabuka unina uMaZikalala. Wazihlangula naye wathi akazani nazithako zamakhekhe. Futhi ke nosuku lokuzwalwa olubungazwayo akulona olwakhe, olwakhe uthunjana wakhe lo osephenduke izikhomololo esitolo.UMaZikalala wabuza kumthengisi ukuthi yiliphi eliyintandokazi yikhona bezokhetha lona.Nempela umdayisi wabayalela maqede balithenga elikhulukhazi ikhekhe leli, babambisana lona sebephuma nalo esitolo. 4.1 Tomula amabizo AMAHLANU esiqeshini esingenhla bese ukhipha iziqalo zawo uphinde usho ukuthi akuziphi izigaba. (15) 4.2 Tomula amabizongxube AMABILI kulesi siqephu esingenhla. (2) 4.3 Nika amagama amqondofana nalwa atholakala esiqeshini: 4.3.1 uthunjana 4.3.2 olubungazwayo (2) 4.4 Tomula ibizomuntu elitholakala esiqeshini ulibhale. (1) /20/ UMBUZO 5 5.1 Sebenzisa izihlanganiso ezifanele ukwakha umusho ombaxa ngemisho eqondile ehamba ngamibili ngezansi: 5.1.1 Izingane kumele ziye emakhaya. Siphumile isikole. 5.1.2 Iziguli zijoviwe. Iziguli kungenzeka zisinde. 5.1.3 Kumele ngigeze izinyawo. Kumele ngilale. 5.1.4 Ngingasibhala isivivinyo kusasa. Angifundanga ngokwanele. 5.1.5 UThemba kumele angenele umncintiswano. UThemba angawina. (10) 5.2 Nika amagama amqondofana alawa alandelayo: 5.2.1 intshisekelo 5.2.2 umakoti 5.2.3 isihlahla 5.2.4 inono 5.2.5 tusa (5) Downloaded by Chandrey De Villiers () lOMoARcPSD| ZUL1505/101/3/2025 35 5.3 Nika amagama okuhlonipha alawa alandelayo: 5.3.1 utshwala 5.3.2 inkomo 5.3.3 indoda 5.3.4 umfana 5.3.5 izulu (elidumayo)

Show more Read less









Whoops! We can’t load your doc right now. Try again or contact support.

Document information

Uploaded on
September 4, 2025
Number of pages
9
Written in
2025/2026
Type
Exam (elaborations)
Contains
Questions & answers

Subjects

Content preview

ZUL1505 Assignment 2
(COMPLETE ANSWERS)
Semester 2 2025 - DUE
September 2025

For assistance contact
Email:

, UMBUZO 1
1.1 Izinhlobo zamabizo ezitholakala esiqeshini
 Amabizoqho: MaDlamini, Sithole, Nzama, Mzimkhulu.
 Amabizoqoqa: abantu, izwe, izizwe.
 Amabizombaxa: umchilo wesidwaba.
 Amabizongxube: imfuyo, ukudla.
 Amabizomuntu: umdayisi, unina, ababamkhulu.
1.2 Ukuhcozululwa kwamabizo (Iziqalo neziqu)
 izimbambo: isiqalo: izi-, isiqu: -mbambo
 inkululeko: isiqalo: in-, isiqu: -kululeko
 uhlamvu: isiqalo: u-, isiqu: -hlamvu
 umntwana: isiqalo: um-, isiqu: -ntwana
 izinja: isiqalo: izin-, isiqu: -ja
1.3 Ukuchaza umsuka
Umsuka uyisisekelo segama, okungukuthi yingxenye encane yegama okungakwazi ukuthi
lihlukaniswe ngaphezu kwalokho. Ngokuvamile, umsuka awukwazi ukuma wona uwodwa
njengegama eliphelele futhi yiwona ophethe incazelo eyinhloko yegama. Isibonelo: Uma
sithatha igama 'ukudla', umsuka walelo gama -dla. Ayikho incazelo ephelele ngaphandle
kwesiqalo, kodwa wonke amagama avela kulomsuka, anencazelo efanayo, njengokuthi: 'dlani',
'sidla', 'ukudla' konke kukhombisa ukwenza isenzo esifanayo.


UMBUZO 2
1. Imisho enezihlanganiso:
 hleze: Ugogo wakhala kakhulu, hleze kube khona okubi okwenzekile ekhaya.
 bese: Ngizofunda incwadi yami kuqala, bese ngiya esitolo.
 kwazise: UMaZulu uthanda kakhulu ukuya esontweni, kwazise wazalelwa ekhaya
labefundisi.
 noma: Ungasiphekela isinkwa noma izambane, konke kuhle kithi.
 mhlawumbe: Kunomkhosi omkhulu edolobheni, mhlawumbe sizoya nawe.
2. Ukuhlaziya umusho omagatshagatsha

Get to know the seller

Seller avatar
Reputation scores are based on the amount of documents a seller has sold for a fee and the reviews they have received for those documents. There are three levels: Bronze, Silver and Gold. The better the reputation, the more your can rely on the quality of the sellers work.
gabrielmusyoka940 db
View profile
Follow You need to be logged in order to follow users or courses
Sold
1467
Member since
2 year
Number of followers
247
Documents
1488
Last sold
1 day ago
Bstudy

provides latest exam paper

3,2

216 reviews

5
68
4
30
3
49
2
20
1
49

Recently viewed by you

Why students choose Stuvia

Created by fellow students, verified by reviews

Quality you can trust: written by students who passed their exams and reviewed by others who've used these notes.

Didn't get what you expected? Choose another document

No worries! You can immediately select a different document that better matches what you need.

Pay how you prefer, start learning right away

No subscription, no commitments. Pay the way you're used to via credit card or EFT and download your PDF document instantly.

Student with book image

“Bought, downloaded, and aced it. It really can be that simple.”

Alisha Student

Frequently asked questions