100% satisfaction guarantee Immediately available after payment Both online and in PDF No strings attached 4.2 TrustPilot
logo-home
Exam (elaborations)

ZUL1505 Assignment 1 (I-ASAYIMENTI YOKU-1) Semester 1 (ISIMESTA YOKU-1) Memo | Due 24 March 2025

Rating
5,0
(1)
Sold
1
Pages
9
Grade
A+
Uploaded on
23-03-2025
Written in
2024/2025

ZUL1505 Assignment 1 (I-ASAYIMENTI YOKU-1) Semester 1 (ISIMESTA YOKU-1) | Due 24 March 2025. All questions answered. UMBUZO 1 Khetha impendulo eyodwa eshaya emhlolweni kwezinikeziwe uyibhale. 1.1 Onkamisa abangezekayo esiZulwini uma kubhalwa ngefonetiki: a) bathathu b) bahlanu c) babili d) bane 1.2 Unkamisa /i/ ukungamisa: a) Ophakathi maphansi emumva. b) Ophakathi maphezulu emumva. c) Ophezulu phakathi emumva. d) Ophambili naphezulu. 1.3 Unkamisa /ɛ/ ungunkamisa: a) Ophezulu maphansana b) Osemuva maphambidlana. c) Ungunkamisa ophansi emuvana. d) Ophinyiswa ngezindebe eziqoqekile. e) Ophinyiswa ngezindebe ezinwebekile. 1.4 Osingankamisa/onxankamisa yileyo misindo … a) Ephinyiswa ngezindebe ezinwebekile b) Engongwaqa ngoba inezimpawu eziphelele zongwaqa c) Engenazo izimpawu ezikhomba ukuthi ingonkamisa. d) Engazeki kahle ukuthi ingonkamisa noma ingongwaqa. e) Emithathu esiZulwini. 1.5 Yimiphi imisindo engolwangeni kule elandelayo? a) /t/ no /f/ b) /mv/ no /ny/ c) /p/ no /mb/ d) /j/ no /ntsh/ e) /d/ no /ng/ 1.6 Ukunkankazisa kwenzeka ... a) lapho ombebembili beba ondebezinyo b) lapho onkamisa beba omankankane c) lapho umankankane esondelene nondebembili d) lapho onkamisa beba osingankamisa e) lapho onkamisa beba ongwaqa 1.7 Izinguquko yefonoloji zifaka lokhu okulandelayo: a) ukungwaqazisa, ukweqiwa konkamisa ngokuthanda, ukulumbana b) ukugaxa onkamisa, ukulumbana, ukweqiwa konkamisa ngempoqo c) ukulumbana konkamisa, ukungwaqazisa, ukunkankazisa d) ukweqiwa konkamisa, ukungwaqazisa, ukulumbana konkamisa e) ukunsininiza, ukweqiwa konkamisa ngempoqo, ukunkankaza 1.8 Ukweqiwa konkamisa okuyimpoqo kwenzeka ... a) uma ubiza igama lomuntu b) uma ungathandi ukuwubhala unkamisa c) uma uphoqwa izimo ezithile d) uma sibhala noma sihaya izinkondlo e) emagameni anomankankane owuhlamvu 1.9 Omadubula esiZulwini yilaba: a) nd no b b) g no d c) ny no ndl d) ng no t e) p no t 1.10 Ombibithwa kuthiwa ngombibithwa ngoba uma bephinyiswa ... a) kudonswa umoya bese uqhumela ngaphakathi emlonyeni b) kudonswa umoya ngamandla bese ukhishwa ngokushesha c) kukhishwa umoya ngamandla uphume ngokushesha d) kukhishwa umoya bese uqhumela ngaphandle komlomo e) kudonswa umoya ngomlomo kube sengathi uyabibitheka 1.11 Izibonelo zomalakeni yilezi: a) ng no k b) f no v c) k no z d) nj no nk e) g no nd 1.12 Izigaba zamabizo ezinesiqalo ngqo esicashile yilezi: a) esesi-5 nesesi-6 b) esesi-7 nesesi 8 c) esesi-9 nese-10 d) esesi-5 nesesi-7 e) esesi-5 nese-11 1.13 Isigaba soku-1 nesesi-3 sineziqalo ezifanayo (umu-) umehluko ukuthi: a) esokuqala sinamabizo ezinto eziphilayo kanti esesithathu sinamabizo ezinto ezingaphili. b) esokuqala sinamabizo abantu kanti esesithathu sinamabizo ezilwane. c) esokuqala sinobuningi obuwu-aba kanti esesithathu sinobuningi obuwu-imi. d) esokuqala asinawo amagama ayimifakela kanto esesithathu sinawo. e) esokuqala asinawo amagama abolekiwe kanti esesithathu sinawo. 1.14 Ilunga noma uhlamvu (syllable) esiZulwini liyakhiwa: a) onkamisa ababili. b) ongwaqa ababili nonkamisa. c) ongwaqa abathathu nonkamisa d) onkamisa abalumbene e) unkamisa uma engasekuqaleni 1.15 Iyiphi incazelo okungiyo yomsuka? Umsuka: a) ingxenye esalayo uma sikhipha isiqalo b) isakhi esinganiki umqondo ophelele c) isakhi sebizo esiguquguqukayo d) uba sekuqaleni kwegama e) isakhi sebizo esingasekugcineni 1.16 Uma kwenzeka inguquko yokungwaqazisa, a) unkamisa u no o baphenduka singankamisa w kanti unkamisa i uphenduka usingakamisa y. b) unkamisa e no o baphenduka singankamisa w kanti unkamisa u uphenduka usingakamisa y. c) unkamisa u no o baphenduka singankamisa w kanti unkamisa e uphenduka usingakamisa y. d) unkamisa e no o baphenduka singankamisa w kanti unkamisa a uphenduka usingakamisa y. e) unkamisa a no o baphenduka singankamisa w kanti unkamisa e uphenduka usingakamisa y. 1.17 Omunye umsebenzi owenziwa isabizwana emshweni uku: a) ukugcizelela. b) ukuhlela amabizo emshweni. c) ukumela isenzo emshweni. d) ukuchaza kabanzi. e) ukuqala ngomenziwa kulandele inhloko. 1.18 Izivumelwano zenhloko nezivumelwano zikamenziwa zinamathela: a) ebizweni b) esabizwaneni c) esichasisweni d) esandisweni e) esenzweni 1.19 Inkathi edlule ihlukene kabili: a) eyafika nesafika b) eyenzeka neyokwenzeka c) edlule neyadlula d) edlule nesanda kudlula e) ezodlula neyodlula 1.20 Lezi iziqu zenani: a) mbe, phi, nye, pha b) mbe, ni, phi, nye c) kwa, za, phi, mbe d) mbe, phi, nye, pha e) phe, pha, ni nye (20) UMBUZO 2 Khipha izakhi kulawa mabizo alandelayo kanje: umuntu > umu-isiqalo –ntu- isiqu 2.1 uhlaka 2.2 intandane 2.3 impumputhe 2.4 izinja 2.5 izambane (10) UMBUZO 3 Gagula izingcezu zenkulumo zalawa magama adwetshelwe esiqeshini: Le nselelo uhulumeni abhekene nayo iyamkhinca ngoba abanye babakhwabanisi basebenzela yena uhulumeni. Uma sekupheqululwa kuyavela ukuthi nazo izikhulu ziyabandakanyeka, zona uqobo, bese kuba inkombankombane, omunye akhombe omunye esweni, omunye avikele iso lakhe. Uhulumeni akazi uzozenzenjani lezi zethenjwa zakhe ezimphenduleke esiswini njengotshwala. Amabonabonane abonwa uGcugcwa, inkanankana umchayo wamabhoza. Iziphathimandla zezinhlanga zonke zidinga ukubambisana ukuxazulula le nkinga elimaza isizwe. 3.1 le 3.2 ukuthi 3.3 nazo 3.4 bese 3.5 nkinga (5) UMBUZO 4 Khipha izinhlobo zemisindo enikezwe eceleni kwamagama angezansi, kanje: Ubhamu –inkombankombane > /mb/ 4.1 Ibohlololo - umbibithwa 4.2 igatsha - omadubula 4.3 intshisekelo - oyisiqinisomfuthwa 4.4 isiphetho - abavuthelwayo 4.5 ilanga - oseceleni (5) UMBUZO 5 Qalisa umusho ngegama elidwetshelwe 5.1 Abafundi bazobhala isivivinyo kusasa. 5.2 Isithelo esimnandi kakhulu siwile esihlahleni izolo. 5.3 Amabandla wonke azobe evakashele umongameli kusasa. 5.4 izinkomo zivulelwe abafana abathathu ekuseni izolo. 5.5 Inkantolo enkulu kusasa izobe iqula icala likaSenzo. (5) UMBUZO 6 Sebenzisa izihlanganiso ezifanele ukwakha imisho embaxa ngemisho elandelayo: 6.1 Intombazane iyafunda. Intombazane iyabhala kusasa. 6.2 Ngilimele. Ngiyopha. 6.3 uyagijima. Uphuthuma emsebenzini. 6.4 Kumele ngilale. Ngiyavuka kusasa. 6.5 Isigubhu sibhobokile. Isigubhu siyavuza. (5) AMAMAKI ESEWONKE: [50x2=100]

Show more Read less








Whoops! We can’t load your doc right now. Try again or contact support.

Document information

Uploaded on
March 23, 2025
Number of pages
9
Written in
2024/2025
Type
Exam (elaborations)
Contains
Questions & answers

Subjects

Content preview

, PLEASE USE THIS DOCUMENT AS A GUIDE TO ANSWER YOUR ASSIGNMENT

Please also note that the author of this document will not be responsible for any plagiarism you
commit.


 UMBUZO 1

1. Khetha impendulo eyodwa eshaya emhlolweni kwezinikeziwe uyibhale.

1.1. Onkamisa abangezekayo esiZulwini uma kubhalwa ngefonetiki:
A) Bathathu
B) Bahlanu
C) Babili
D) Bane

1.2. Unkamisa /i/ ukungamisa:
A) Ophakathi maphansi emumva.
B) Ophakathi maphezulu emumva.
C) Ophezulu phakathi emumva.
D) Ophambili naphezulu.

1.3. Unkamisa /ɛ/ ungunkamisa:
A) Ophezulu maphansana
B) Osemuva maphambidlana.
C) Ungunkamisa ophansi emuvana.
D) Ophinyiswa ngezindebe eziqoqekile.
E) Ophinyiswa ngezindebe ezinwebekile.

1.4. Osingankamisa/onxankamisa yileyo misindo:
A) Ephinyiswa ngezindebe ezinwebekile
B) Engongwaqa ngoba inezimpawu eziphelele zongwaqa
C) Engenazo izimpawu ezikhomba ukuthi ingonkamisa.
D) Engazeki kahle ukuthi ingonkamisa noma ingongwaqa.
E) Emithathu esiZulwini.

1.5. Yimiphi imisindo engolwangeni kule elandelayo?
A) /t/ no /f/
B) /mv/ no /ny/
C) /p/ no /mb/
D) /j/ no /ntsh/
E) /d/ no /ng/

1.6. Ukunkankazisa kwenzeka:
A) lapho ombebembili beba ondebezinyo
B) lapho onkamisa beba omankankane
C) lapho umankankane esondelene nondebembili
D) lapho onkamisa beba osingankamisa
E) lapho onkamisa beba ongwaqa

Reviews from verified buyers

Showing all reviews
6 months ago

5,0

1 reviews

5
1
4
0
3
0
2
0
1
0
Trustworthy reviews on Stuvia

All reviews are made by real Stuvia users after verified purchases.

Get to know the seller

Seller avatar
Reputation scores are based on the amount of documents a seller has sold for a fee and the reviews they have received for those documents. There are three levels: Bronze, Silver and Gold. The better the reputation, the more your can rely on the quality of the sellers work.
Aimark94 University of South Africa (Unisa)
View profile
Follow You need to be logged in order to follow users or courses
Sold
6575
Member since
6 year
Number of followers
3168
Documents
1326
Last sold
3 weeks ago
Simple & Affordable Study Materials

Study Packs & Assignments

4,2

520 reviews

5
277
4
124
3
74
2
14
1
31

Recently viewed by you

Why students choose Stuvia

Created by fellow students, verified by reviews

Quality you can trust: written by students who passed their exams and reviewed by others who've used these notes.

Didn't get what you expected? Choose another document

No worries! You can immediately select a different document that better matches what you need.

Pay how you prefer, start learning right away

No subscription, no commitments. Pay the way you're used to via credit card or EFT and download your PDF document instantly.

Student with book image

“Bought, downloaded, and aced it. It really can be that simple.”

Alisha Student

Frequently asked questions