(Ukuhlolwa
ngePhothifoliyo)
Semester 1 (ISIMESTA
YOKU-1) | Due May
2025
[Type the document subtitle]
[Pick the date]
[Type the company name]
, Exam (elaborations)
ZUL2606 Portfolio (Ukuhlolwa
ngePhothifoliyo) Semester 1 (ISIMESTA
YOKU-1) | Due May 2025
Course
IsiZulu (ZUL2606)
Institution
University Of South Africa (Unisa)
ZUL2606 Portfolio (Ukuhlolwa ngePhothifoliyo) Semester 1 (ISIMESTA YOKU-
1) | Due May 2025. All questions answered
. Phendula yonke imibuzo ngokulandelana kwayo ungayixovi. Kulindeleke
ukuthi uphendule yonke imibuzo ngolimi lwesiZulu ngoba le-mojuli eyolimi
lwesiZulu. UMBUZO 1 a) Nikeza izinhlobo zezinganekwane bese uzichaza
kafushane. (15) b) Nikeza izinhlobo zemibhalo yabantwana bese uyichaza
kafushane. (25) UMBUZO 2 Funda inkondlo engezansi bese uphendula
umbuzo olandelayo ngokugcwele. Maluju! Saphela isizwe! Nans’intululwane
yempi yamagabha, Iyaviva iyaviliyela, ivuth’ingabaselwe; Ayibuzi, igadl’ibek’
emnyameni, Ilahla phans’indoda, ilahla phans’ umfazi, Ilahla phansi’ibhungu,
ilahla phans’ intombi. Uyadel’ uMakhasana, zindala zombili! Ngapha kuw’
indoda kuw’ umfazi, Ngale kuw’ igabha kuvuk’igabha; Izinkubela
zelakanyana nxazombili; Babodw’ asebemadol’ ayathezisana, Babodw’
asebephangalele, Njengawo amagabh’ aselele. a) Yiluphi uhlobo lwenkondlo
ebhalwe ngenhla? Sekela impendulo yakho (5) b) Chaza umehluko okhona
phakathi kwemvumelwano nokuxhumana, bese uveza lokhuokulandelayo: o
imvumelwano siqalo (5) o imvumelwano maphakathi (5) o imvumelwano
sigcino (5) o ukuxhumana siqalo (5) UMBUZO 3 a) Nikeza izinhlobo zemidlalo
bese uzichaza kafushane bese unikeza nezibonelo ozaziyo zohlobo lomdlalo
ngamunye. (25) b) Balula izimpawu zesakhiwo somdlalo. (5) c) Imuphi
umehluko phakathi kwesifaniso nesingathekiso? (5) ISAMBA: 100
UMBUZO 1
a) Izinhlobo zezinganekwane: (15)
1. Izinganekwane zamasiko – Lezi zinganekwane zihlobene namasiko nemikhuba
yesizwe. Zifundisa ngezenzo ezilungile nezingalungile.