UMBUZO 1
1.1. Qondanisa incazelo ekukhalamu-A nempendulo ekukhalamu –B
INCAZELO IMPENDULO
a) Onkamisa bemvelo yilaba: 1. e no o
b) Uma kwenzeka ukulumbana konkamisa 2. kondebembili nonsinini
kufanele:
c) Onkamisa bokuvela yilaba: 3.w no y
d) Izinguquko zefonoloji zidalwa ukuthi…… 4.uphuma ngamakhala uma bephinyiswa.
e) Osingankamisa babili esiZulwini, yilaba 5.sesi-9 nese-10
f) Ukulwangisa ukuguquka ko…………….. 6.m no n
no………………. baphenduke olwangeni.
g) Nazi izinhlobo ezinhlanu zenguquko yefonoloji 7.Kube onkamisa bemvelo futhi a abe sekuqaleni.
zesiZulu:
h) Ukunkankaza kwenzeka uma kwakhiwa 8.Onkamisa abavumelekile ukuthi balandelane
amabizo ethathelwa ezenzweni ngokuphongoza ohlamvini / elungeni.
iziqalo zamabizo esigaba sesi ……….. nese…..
i) Omankankane babili esiZulwini, yilaba: 9.Ukweqiwa konkamisa, ukungwaqazisa,
ukulumbana konkamisa, ukunkankaza,
nokulwangisa.
j) Omankankane babizwa ngomankankane ngoba 10.a, i,u
umoya …………….
Correct Answers
a 10
b 7
c 1
d 8
e 3
f 2
g 9
h 5
i 6
j 4